Back

ⓘ IZimbabwe - IZimbabwe, Izifundazwe zase Zimbabwe, Izifunda zase Zimbabwe, IsiNgisi, ILimpopo, IRiphabhuliki yaseNingizimu Afrika ..




                                               

IZimbabwe

                                               

Izifundazwe zase Zimbabwe

IZimbabwe yakhiwe yizifundazwe eziyishumi. Harare Mashonaland Central Bulawayo Manicaland Masvingo Midlands Matabeleland North Matabeleland South Mashonaland East Mashonaland West

                                               

Izifunda zase Zimbabwe

                                               

IsiNgisi

IsiNgisi singulwimi. Ulwimi lwaseYurophu olukhulunywa e-Umbuso Ohlangeneyo nase-Melika, kodwa sikhulunywa ezizweni eziningi emhlabeni. Sikhulunywa ngabantu abayi-zigidi ezingama khulu amane {400 million}

                                               

ILimpopo

ILimpopo yisifundazwe saseNingizimu Afrika. Igama lalesifundazwe yigama lesiNdebele, lithathelwa egameni lomfula omkhulu ohlukanisa izwe leNingizimu Afrika ne Zimbabwe. Lesifundazwe sasungulwa ngonyaka ka-1994.

                                               

IRiphabhuliki yaseNingizimu Afrika

iNingizimu Afrika iyizwe elisezansi ezwenikazi lase-Afrika, yaziwa ngokusemthethweni ngokuthi iRiphabhuliki yaseNingizimu Afrika. Ihlanganiswa amakhilomitha ayizi-2.798 agudle usebe lolwandle okuyi iNdiyeni kanye ne-Atlanthiki. Amazwe angomakhelwane ahlanganisa iNamibhiya, iBotswana, iZimbabwe, Mozambiki kanye neSwazi; iLesotho iyizwe elincane elizungezwe iNingizimu Afrika. Umongameli waseNingizimu Afrika nguMnz. Matamela Cyril Ramaphosa. uMzansi unesikhundla weholo "phakathi-phezulu" ngokwaBhange Womhlaba, noButswana, noGaboni noMorishisi). Unomnotho omkhulu eAfrika, amashumi amabili nesi ...