Back

ⓘ Impisi yisilwane esifananenja futhi esinamabala esiyingxenye yezilwane ezincelisayo sase-Afrika. Impisi inezinyawo zangaphambili ezinde kunezinyawo zangemuva. I ..




Impisi
                                     

ⓘ Impisi

Impisi yisilwane esifananenja futhi esinamabala esiyingxenye yezilwane ezincelisayo sase-Afrika. Impisi inezinyawo zangaphambili ezinde kunezinyawo zangemuva. Izimpisi zaziwa njengezilwane ezidla izinsalela zezinye izilwane kepha iningi lazo ziyazingela futhi ziphumelela kakhulu ekuzingeleni uma ziqhathaniswa nezinye izilwane ezizingelayo ezifana nama bhubesi.